Ukuba nabantu abadala also called imimoya yabantu abadala or izidalwa or isithunywa or idlozi in english means that 'you have your ancestors' , you are spiritually gifted/ancestral spirits, it means that you have a special task that you are gifted todo on earth. Ukuba nabantu kungazwakala kuyisiqalekiso kwabanye abantu, ngoba uzothola izinto zingakulungeli amadoda engahlali, umsebenzi ungacaci noma uba nezifo. Konke kuzodlula uma sewulandele umlayelo wabo abantu abadala, kumele ubone isangoma or umthandazi akutshele kumele wenzeni ukuze bakhulume nawe bakutshele nqgo ukuthi kumele wenzeni.
Having abantu abadala might feel like a curse, but it is not, what you need to do is to contact isangoma or umthandazi and findout on what is expected from you. Once you follow your path, your life will be fine.
Kusho ukuthini ukuba nabantu abadala na? Ukuba nabadala akusho ukuthi uzoba yisangoma, kuchaza ukuthi kumele ulalele ukuthi bafuna ini kuwena. Abantu abaningi bathola umlayelo ongewona, batshelwa ukuthi banabantu abadala bese begijima bayothwasa, uyaba nabantu abadala ngoba befuna wenze into ethile kuphela.
What does it means to have ancestors abantu abadala? Having abantu abadala does not mean that you need to be a sangoma. It means you have a special gift to do something, you need to go to umthandazi or isangoma to reveal exatly what is wanted from you by your ancestors.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |